
Uhambe Kahle Umkhuleko WoKhetho
Namhlanje zingu 18 May 2024, eHholo laseMasiphile kwaMaphumulo, uMasipala wesiFunda iLembe ngokubambisana noMasipala wakwaMaphumulo babambe umkhuleko wokuthula ngosuku lokhetho oluzoba mhlazingu – 29 May 2024.
Umkhuleko ububanjelwe ewadi 6 kwaMaphumulo lapho ebekumenywe khona zonke izinhlaka zomphakathi kanye nezenkolo ezahlukahlukene.