ILEMBE UMASIPALA WESIFUNDA

Umkhuleko WoKhetho

Description
Prayer for Elections
Location
KwaMaphumulo
Ward
6
Date
18 May
Namhlanje zingu 18 May 2024, eHholo laseMasiphile kwaMaphumulo, uMasipala wesiFunda iLembe ngokubambisana noMasipala wakwaMaphumulo babambe umkhuleko wokuthula ngosuku lokhetho oluzoba mhlazingu - 29 May 2024.
 
Umkhuleko ububanjelwe ewadi 6 kwaMaphumulo lapho ebekumenywe khona zonke izinhlaka zomphakathi kanye nezenkolo ezahlukahlukene.