Category: Public Notice

Public-Notice-001

Internet Connectivity and Telephone Services

Residents are advised that our internet connectivity and telephone services are currently unavailable due to lightning damage sustained over the weekend. Our teams are working diligently to resolve the issue and restore full functionality as soon as possible.

We apologise for any inconvenience this may cause and appreciate your patience and understanding while the matter is being attended to.

Mandeni Local Municipality KwaDukuza Municipality Ndwedwe Local Municipality Maphumulo Local Municipality 

Read More
water_outages_001

ISAZISO ESIBUYEKEZIWE NGOKUPHAZAMISEKA KOKUPHAKELWA KWAMANZI EMANDENI NAMAPHETHELO

UMasipala weSifunda iLembe ufisa ukwaziswa umphakathi wase Mandeni Local Municipality ukuthi ukuphazamiseka kokuphakelwa kwamanzi kusaqhubeka kulendawo emuva kokulimala kwama phampu amabili kwiSihlanzimanzi iSundumbili Water Works, eMatsheketsheni.

Ithimba ebelijutshelwe ukulungisa lesimo liqinisekise izolo ukuthi lawama phampu ebekade eyohlolwa kutholakale ukuthi awasakandeki futhi nezingxenye zawo azisatholakali emakethe ngoba loluhlobo lwama phampu selavalwa ukukhiqizwa kwanohlobo olusha.

ISifunda siyaqinisekisa izinhlelo zokuthenga lawa phampu ziphothuliwe futhi kulindele afike ngoMsombuluko kwiSihlanzimanzi iSundumbili Water Works, eMatsheketsheni, ebese amathimba ethu ewaxhuma ngendlela.

Amawadi athintekayo ngalesimo: 2, 3, 4, 5, 6, 7, 9, 10, 11, 12, 13, 14, 15, 16, 17 no 18.

Siyacela ukubekezela no bambisana nomphakathi ngalesikhathi siqhubeka nokusebenza kanzima ukubuyiselwe ukuphakelwa kwamanzi esimeni. Sicela abahlali basebenzisa amanzi ngokuqikelela.

Siyabonga.

———————————————

📢UPDATED NOTICE: UNPLANNED WATER SUPPLY INTERRUPTION IN MANDENI AND SURROUNDING AREAS

Mandeni residents are advised that the water supply interruption is still ongoing due to damaged pumps at the Sundumbili Water Treatment Works.

The technicians carrying out works confirmed in the evening, yesterday, that the two pumps that were sent for assessment were diagnosed as uneconomical to repair, and spare parts are no longer available as the models have been discontinued.

New replacement parts have been procured and are expected to arrive on Monday.

Affected wards: 2, 3, 4, 5, 6, 7, 9, 10, 11, 12, 13, 14, 15, 16, 17 and 18.

We sincerely apologise for the inconvenience and appreciate your patience while we continue to work hard to restore water supply to its normal state. We appeal to communities to use water sparingly.

Read More
Macambini Mayor

UMCIMBI WOKUNGENISWA KWENKOSI YASEMACAMBINI ESIBAYENI.

26 MFUMFU 2025

UMeya wesiFunda iLembe uKhansela Thobani Shandu kanye noSomlomo weLembe uKhansela Dolly Shandu , nama khansela kaMasipala waseMandeni eholwa UMeya uKhansela Thabani Mdlalose bebehambele umcimbi wokungeniswa kweNkosi yesizwe saseMacambini iNkosi Mthokozisi Mathaba .

Ukhansela Thabani Shandu, ubongele isizwe saseMacambini ngalengqophamlando yomcimbi, wanxusa namaKhosi ahlukene abethamele lomcimbi ukuthi aqhubeke nokubambisana nohulumeni ukuphucula izimpilo zabantu. ” Siyabonga Mcambi ukuthi usiko lesintu seluze lwagcineka, siyathemba amaxhama ukuxhumana kanye nokusebenzela isizwe kuzoqhubeka ngokubambisana nomasipala abakhele indawo engaphansi kweNkosi. Umkhandlu weLembe uzimisele ukubambisana nawowonke amakhosi angaphansi kwesiFunda” kusho uShandu.

“Sinokusebenzisana okuhle nawowonke amakhosi angaphansi kwesifunda iLembe, ubukhona kwethu lapha kuwubufakazi bokuthi amaxhama okubambisana aqinile, sizoqhubeka nokubambisana namakhosi Kanye nokuphuthumisa intuthuko ikakhulukazi ezindaweni ezisemakhaya”

Read More

Loading...