ILEMBE UMASIPALA WESIFUNDA

GENERATOR

MANDENI BENEFITS FROM POWER BOOST

The Mayor of iLembe District Municipality, Cllr. Thobani Shandu, was on site when the district municipality installed a diesel generator at “Reservoir A” situated near Udumo High School in Mandeni. The generator will ensure that a number of townships feeding off this facility do not run out of water during the intermittent power outages.

Read More
AD6A3986

“ASASIKUTHEMBISE EMIHLANGANWENI YAMA IDP SIYAKWENZA MANJE” SHANDU

Mhlazi 10 August 2025 eMandeni, enkundleni yezemidlalo yase Windowfield, Umasipala wesiFunda iLembe uholwa uMeya, Khansela Thobani Shandu kanye namakhansela omkhandlu wesiFunda iLembe, baphelezelwe amakhansela omkhandlu waseMandeni okuzokwethula iprojekthi yakwakhiwa izindlu zangasese ezibalelwa emakhulwini angama 950 emawadini ayisithupha okubalwa kuwo wadi 2, 8, 11, 16, 17 no-18) aseMandeni.

Umphakathi wawuphakamise ukwakhelwa izindlu zangasese kumhlangano weNtuthuko eDidiyelwe (Integrated Development Plan) owawubanjelwe eMsunduzi Sports Field kuMbasa wezi-2025. Ethula inkulumo yakhe uMeya, Thobani Shandu ugxile kakhulu enkulumeni egqugquzela umphakathi ukuba uyihambele imhlangano yeNtuthuko eDidiyelwe. “Kuhlelelwe u-R8,5 million ukuze kuhlomule imindeni enguphezulu kwamakhulu amane engaphansi kwezigceme zakwaSthebe, kanti enye ingxenye yezindlu zangasese izokwakhelwa imizi eku-ward 2 naku-ward 8 eMandeni kanti lo msebenzi unesabelo sawo sika-R10 Million.” IMeya uThobani Shandu 

Le phrojekthi ihlelelwe ukuhlomulisa amabhizinisi endawo kanye namathuba omsebenzi kubahlali bendawo futhi kugcizelelwe kakhulu ukuqashwa kwabesifazane. “Singuhulumeni okhathalelayo futhi osabela ngokushesha ezidingweni zokulethwa kwezidingo zomphakathi futhi ukwethulwa kwalolu hlelo namuhla kuyinkomba yalokho.” – IMeya yesifunda iLembe uThobani Shandu.

Read More
NDULINDE PHOTO

Ndulinde Residents Celebrate the Turning of the Sod to mark commencement of Water Distribution Scheme Project

Ndulinde residents will never forget the Saturday of 22 February 2025. It was a day filled with joy and tears as they celebrated the turning of the sod for the long-awaited water scheme. Community members took turns expressing their gratitude for the water that will finally reach their homes.

During the launch, Mayor Thobani Shandu of Ilembe District Municipality shared his feelings. He said it was humbling and fulfilling to see the community’s appreciation for the project. He also mentioned the decades of neglect and marginalisation that the community had endured due to colonial-apartheid spatial planning patterns. For Ilembe, this day, which falls within Black History Month, was a turning point for the community’s livelihood and well-being.

The water scheme, valued at R27 million, will provide clean drinking water to over 450 households in Mandeni Ward 6. It will also create jobs and opportunities for local businesses.

The launch was attended by the leadership of Mhlongo Traditional Council (Skhonyane TC), councillors from iLembe and Mandeni municipalities, residents from St. Cyprian, Mathunzi and Matshamhlophe.

Read More
ANNUAL REPORT PUBLIC HEARING

IZITHANGAMI ZOSOMQULO WOMBIKO KA 2023/24 ZIPHUMELELE

IPHUMELELE imihlangano yokulalelwa komphakathi ngokoMbiko wonyaka kowezi-2023/2024  eNdwedwe kanye nakwaMaphumulo.

Lemihlangano yombiko wokusebenza kukaMasipala weSifunda iLembe wenziwa ngokulandela umthetho olawula omasipala – gokweSigaba 126 (1) se-Municipal Finance Management Act No 56 of 2003 (MFMA).

Evula umhlangano uMeya waseNdwedwe uKhansela Sam Mfeka kumhlangano owawubanjelwe eNdwedwe, Johnny Makhathini Hall “Sibonga umsebenzi omuhle womkhandlu. Sincoma nentuthuko esiyibona eNdwedwe ngokulethwa kwamanzi nokuthuthwa kwendle. Izolo bekungomunye umhlangano obumayelana nohlelo lwamanzi olulinganiselwa ku R62 million. Umsebenzi muhle futhi uyabonakala,” kusho uMfeka.

Usihlalo womhlangano nongusihlalo wekomidi elibhekele -Municipal Public Account Committee (MPAC), Khansela Jennifer Vallen uchaze ngezigaba losomqulu odlule kuzo kuze ukuthi uyethulwa emphakathini.
“NgokoMthetho Wezinhlelo Zomasipala umbiko wonyaka wathulwa iMeya wavunyelwa umkhandlu wabe usuyakhangiswa ngokushesha ukuze umphakathi uphawule ngawo. Emuva kokuthi umphakathi ubambe elawo iqhaza  amaphuzo omphakathi ayothathwa i-MPAC lapho asetshenziswe uma sekuphothulwa umbiko wokwengamela,” kuchaza uVallen.

Ethula Umbiko Wonyaka, uSodolobha wesiFunda Umasipala iLembe uThobani Shandu uchaze kabanzi ngokuthungethwe kulomsoqulu.

“Ngokuhambisana nomthetho wokuphathwa kwezimali zomasipala (i-MFMA) umbiko wethu wonyaka uhlanganisa izitatimende zezimali zonyaka zikamasipala kanye nezitatimende zezimali zonyaka ezihlanganisiwe, ezathunyelwa kumcwaningimabhuku-jikelele ukuze zihlolwe ngokweSigaba 126 (1) se-MFMA,” kusho uShandu.

Okunye okutholakalayo ilokhu okulandelayo;

  1.   Umbiko wokucwaninga woMcwaningimabhuku Jikelele ngokweSigaba 126 (3) se-MFMA neSigaba 45 (b) se-MSA, ngezitatimende zezimali ezishiwo ngenhla.
  2.   Umbiko Wokusebenza Wonyaka kaMasipala njengoba ulungiselelwe nguMasipala wesiFunda iLembe ngokweSigaba 45(b) soMthetho woHulumeni basekhaya: Izinhlelo zikaMasipala 32 ka-2000 (MSA).
  3.   Ukuhlolwa kwemali ekhokhwayo yentela kamasipala kanye nezinhlawulo zezinsizakalo.
  4.   Ukuhlolwa Kokusebenza kokusebenza kukaMasipala ngokumelene nezinhloso zokusebenza ezilinganisekayo okukhulunywa ngazo eSigabeni 17 (3)(b) se-MFMA ukuze kuqoqwe imali evela kumthombo ngamunye wemali engenayo kanye nevoti ngalinye kwisabelomali esivunyiwe sikamasipala sonyaka wezimali.
  5.   Izincomo zekomidi lokucwaninga ezivela kwikomidi lokucwaninga likamasipala.

Esevala uSodolobha uShandu ukhulume ngezinhlelo zamanzi nokubalwa isigaba sesine sohlelo Umshwathi phecelezi Phase 4C.
“Muva nje siwumkhandlu sithenge izimoto zamanzi ezingama-30 njengoba manje onke ama-ward eNdwedwe, Maphumulo naseMandeni anemoto. Siphinde sandisa isibalo sabasebenzi sashintsha nokungena kwabo njengoba manje besebenza nsukuzonke kunokungena izikhangu,” enaba.

Read More