ILEMBE UMASIPALA WESIFUNDA

imisebenzi-iyabonakala—00

Iyabonakala Imisebenzi Yokufakelwa Kwamanzi eNdwedwe

Umasipala wesiFunda iLembe uholwa uMeya, Khansela Thobani Shandu uyaqhubeka nokwenza umsebenzi wokufakwa kwamanzi eNdwedwe.

INdwedwe ingezinye zezindawo ezingenawo amanzi empompini kodwa eziwathola ngamaloli amanzi. Ngonyaka owedlule umasipala wesiFunda iLembe wethula umsebenzi wokufakwa kwamanzi eNdwedwe obizwa ngo – UMshwathi Bulk Water Supply Scheme ozodla izigidi zama Randi.

Lomsebenzi uzokuba izikhawu eziningana ngenxa yobukhulu bomsebenzi. Ezinye zezindawo ezizohlumula inxenye eningi yase Ndwedwe ( Nondabula, Bhamshela Town, Ireland, Hlathikhulu, Gobinsimbi, Echibini, Newspaper, Gqolweni, Kho, Ngcongangconga, Nsuze Dalibho, Gcwensa, Msengeni, Onyazini, Mary Gray, ESidumbini, Kwathayela, Luthuli kanye naseBhidakhona).

Umsebenzi uyaqhubeka izinkontilika zikhona ziyasebenza.

Kunxenxwa umphakathi ukuba ubambisane futhi uyivikele inqalasizinda kamasipala.

Read More
dlala_mntomdala-001

Dlala Mntomdala Event

Kuguga othandayo, abantu abadala abangaphansi KweLembe bazobe bedlala imidlalo eyehlukene eStanger High School Sports Ground.

Read More
water_outages_001

Water Supply Interruption – KwaDukuza

PUBLIC NOTICE: WATER SUPPLY INTERRUPTION – KWADUKUZA
DATE: 14 AUGUST 2024

Please be informed that there is a pipe burst on the main line supplying Lindelani reservoirs. ILembe District Municipality is currently sourcing spares and special fittings to carry out the repairs.
Wards affected : 5 Lindelani and new Guiderland ward 3.

Trucks will be deployed in the affected areas.

Thank you for your understanding and patience.

Issued by iLembe Water Service.

Read More
water_outages_001

Possible Water Interruptions – KwaDukuza

PUBLIC NOTICE: POSSIBLE WATER SUPPLY INTERRUPTION – KWADUKUZA
DATE: 20 JUNE 2024
TIME: 08:30
KwaDukuza residents are informed that Blythedale reservior and Zinkwazi reservior levels are low. Teams are investigating for any possible breaks in the system.
Thank you for your understanding and patience.
Issued by: iLembe water service.

Read More
idff_004

International Family Day Launch

iLembe District has played host to the KwaZulu-Natal Department of Social Development (KZN DSD) International Day for Families.

Read More